"sthandwa" poems
Ndivumele juba lam sthandwa sentliziyo yam
ekuseni we langa indi ku balele
incwadi Yothando Yesizulu
(A Zulu Love Letter)
Nguwe be ngi ngo #kiss
incwadi Yothando Yesizulu
(A Zulu Love Letter)
Sthandwa
Ngifisa sengathi ungangibhalela incwadi Incwadi yothando yesiZulu Esho ngemibalabala na ngamabalabala
Axoxa indaba ejulile yemizwa nemicabango Idayimane, ngelo thando lweqiniso
Omhlophe, ngowenhliziyo engenasici Indilinga, ngoba olwethu kalunasiphetho
Oluhlaza-sasibhakabhaka, ngoba wena ucabanga ngami
Unxantathu, ngoba amazulu aphezulu Kanjalo nomhlaba nolwandle ngaphansi bayazi
Onsundu, ngoba kuyitshe kunothile futhi okwemvelo
Njengomhlabathi ongaphansi kwezinyawo zami
Noma ungawu shiya umbala ophuzi Kungani kumele ungithande ngenhliziyo enesikhwele! ?
Ngifisa sengathi ungangibhalela incwadi
Engiyoyigaxa emqaleni
Ukuze zonke izimbali zase maqeleni Ziyohawuka lapho zingibheka
Ngenxa yayo yonke lemibala egqamile Incwadi yothando yesiZulu
Ngobuhlalu bothingo-lwenkosazana Ubuhlalu base mazweni aqhelileyo Minake sengiyoba nentokozo emangalisayo
Lapho ngiphendu-phendula ulimi lwakho
Kancane-kancane, futhi ngesikhulu isineke
Ukuze ugcine usukwazi kahle hle Ukubingelela abazali bami
Ngendlela eyiyona-yona, ngolimi lwesiZulu
Molo sethandwa sawubona ngiya themba ulale ngahle?
Oct 3, 2017
Oct 3, 2017 at 2:00 AM UTC
Ngiyakuthanda. Ukuba nginepeni nephepha ngabe ngihlezi phansi ngidansisa ipeni ngaphandle komculo ngikubhalela lenkondlo yothando!
Kondlo lena akuyona inkondlo.
Lena into ephuma kimi uqobo.
Ngoba inkondlo ikhuluma ngamaphupho necabango engasoze yafezeka nothando oluhambiselana nemigomo nemibandela.
Manje mina angiluphuphi uthando lwami ngawe ngiyalwazi lukhona. Angicabangi ukuthi ngyakuthanda kodwa ngyazi ngyakuthanda ingakoke ngi
Ngeke ngiqambe amanga kuwe ngithi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho, ngingaphile, ukuthi nje impilo ingaphileka kangcono nginawe.
Ngeke ngikuqambele amanga ngithi ayikho enye into engiyicabangayo ngaphandle kwakho ekubeni kukuningi okunye engikucabangayo, ukuthi nje imicabango enawe iyintokozo nenjabulo kimina.
Ngeke ngiqambe amanga ngithi akulaleki ngicabanga wena, ukuthi nje ngilala kangcono ngicabanga wena. Ngeke ngiqamba amanga ngithi, ngendlela engikuthanda ngayo ngingatshela umhlaba wonke ngoba angeke ngikwenze lokho, kodwa umhlaba ozozibonela wona ukuthi ngiyakuthanda.
Ngalokho futhi ngizishaya isifuba. Empelini mina engizama ukukusho ukuthi ngyakuthanda.
Uyihlolo nonyoko bazala ingelosi sekusele nje ungivezele lezimpiko ozifihlile.
Sthandwa sami ngiyakuthanda, angizenzisi, kodwa kusuka ngaphakathi kimi.
Ngaso sonke isikhathi wakhumbula la mazwi ami, ngiyakuthanda.
Oct 3, 2017
Oct 3, 2017 at 2:16 AM UTC
Ndikhumbula ezontsuku sihleli kunye sithandana,Kwaku mnandi ngezontsuku Sthandwa Sam,kwa Ku ngekh'onenzondo nanqala komnye,yayi luthando lwentliziyo ne mincili phakathi kwam nawe.
Ubundithanda,ndikuthanda, suke wangen'umtyholi phakathi kwam nawe,labhubhuzel'ibhabhathane kweyakhw'ingqondo,wandishiya ndisakuthanda Sthandwa Sam,wandishiya ndili lolo Themba lam.
Bendikukhonzile,ndiku thembile.Bendisithi soze thina sohlulwe na kukufa! Kanti ndiyazikhohlisa.Nanga awokugqibela,uzuhlale uyazi ndiyakudinga.Ngaphandle kwakho ndililolo.
Buya Sthandwa Sam ndiya kukhumbula! Buya Themba lam ndiyakudinga! Obam ubu doda bemka mhla kumka Wena! Buya Sthandwa Sam uzolungis'ikhaya liyadilika!Buya Sthandwa Sam uzobuyis'obam ubudoda!!
May 8, 2019
May 8, 2019 at 7:14 PM UTC
Twelve moons of the twentieth order
Ignite a long awaited transition
Which allows a thickened slender
Of the existence of a compound creation.
Awarded by time, one of your selves
Has held the joy of recalling liberation
From the prison everyone deserves
For the grand initiation.
The significance is obscured in your smile
That has abandoned your wrinkling face,
Due to a foolish old juvenile,
Seeking silver in gold’s place.
Your meadow is flooded and filled with mire
Your wise fool has poisoned your feast
And a despairing sorrow is all he can perspire.
Nevertheless, cherish this day Sthandwa sami.
Feb 8, 2019
Feb 8, 2019 at 9:01 AM UTC