"yena" poems
Ngalala nendoda engaligqokile ijazi, ukuze
ngikwazi UKUMITHA izidingo zami.
Namanje ngisawenza umkhuba.
Umkhuba omubi wokungalaleli uma
bengishumayeza
Mabeshumayela izwi liyawushisa unembeza
kodwa mina njengeRadio Station ehlihlizayo
angnandaba
coz to-Night e Durban ngiyozidansela
iShumaya.
Ngicela utshele umfundisi wakho
Angangithandazeli.
Njengo R50,
Mina ngibomvu.
Ngibomvu izono.
Nginesono Sokuba Isoni.
Ngicela NingangiThandazeli.
A car accident, ingozi yemoto.
Shuthike bobalili BABELULA ngoba
AKUSINDANGA muntu.
Njengelanga liyozilahla kunina Bashona.
Njengokuphihlika kwe Glass, Bafa. I want you
to understand this, njengentombazane efake
uBra, Babhodile.
Ngicela NingangiThandazeli.
I had a fight with the school, Sangihlula
isikole.
Then The Church had a fight with me,
Wahluleka Umthandazo.
You tell me uNkulunkulu uyaphila?
Pho mayephila akazizeli ngani Yena, wena (are
you well) Uyaphi LA?
Noma ucwecwa amazambane uya PEELER?
Lento ayenzi sense like leaving your wife for a
side chick.
Tshela umfundisi wakho engangithandazeli.
NjengeDimoni, Angiwufuni Umthandazo.
Ngathi nguMatshidiso angfuni Nomthandazo.
Ngicela NingangiThandazeli.
Njengo R50,
Mina ngibomvu.
Ngibomvu izono.
Nginesono Sokuba Isoni.
Ngicela NingangiThandazeli.
Ukushona kwabazali bami kwaba isqalekiso
kimi
Ngalala nendoda engaligqokile ijazi, ukuze
ngikwazi UKUMITHA izidingo zami.
Namanje ngisawenza umkhuba.
Umkhuba omubi wokungalaleli uma
mengishumayezwa,
Kode Ngicela Ningangithandazeli.
Ningangicabangeli nginengqondo yami.
Ningangisukeli nginezinyawo zami.
Ngicela ningangithandi nginenhliziyo yami.
Nibaleke, ngoba anginayo icalculator.
NingangiZondi, ngiyazithulela angisiye
UNONDABA.
Ngicela Ningangithandazeli.
NgiyiNtandane ngizohlala kulesi Sibaya
Sikababa Nginibuke eSikhaleni sezinti,
Nginakhele icebo likaZungu Ngokunga Qondi
kwami lelizwe enithi liyaThandeka, Ngizoba
uMelusi wamaBhubesi vele aningiZweli noma
Nginesiphiwo eSihle nithi Ngi Bhekifa, ningenza
I shepherd ka Sathane nithi Ngi Lusifa
(Lucifer).
Ngicela Ningangithandazeli.
Aug 14, 2015
Aug 14, 2015 at 8:29 PM UTC
I met a beautiful girl.
She stole my heart.
I looked back and forward.
And find no one interesting than her.
She is truly a beautiful girl.
Her heart is as beauty as litaba rose .
Her voice is cool like a wind of pien tree.
She truly stole my heart.
I Imagined that the ring of her finger will shine like American swis ring.
And her wedding dress will be white as England dress.
Your parents will be proud of me.
Showing how important you are in their lives.
People will say,
Leyi I Hlamulo ya yena(this is his Reply) and the float will fill all the African country ,because you are my queen and I will make you my Angel
Truly you are a beautiful girl.
So my love I do propose.
Will you made an honour of being my one and only wife.
Nov 6, 2015
Nov 6, 2015 at 10:42 PM UTC
Was I created by the same God
That created this beautiful creature?
I asked myself.
If she is a living being,
What does that make me?
I asked myself.
Her angelic features, substituted all
The perfect and precious pictures in my mind.
For a brief moment I thought
I was healed from being blind.
Touching her hips,
felt like kissing
Her juicy lips…
Her figures makes a
dumb person to
Shout “Jesus”
And I call them
“the figures of speech”
I call her buhle…
Her glittering eyes simulates the
Reflection of the sun in the
Skies and seas.
She is the most precious stone
In the entire galaxy.
And i call her buhle…
Yena muhle shame
Maaka a dirang
Her nose so sharp like it could
Scratch my brown skin when
We kiss and leave a lovely scar
Right next to my chin.
I could tell by just a sniff
She is heading my way when
She is still afar…
Her teeth so white as snow…
She makes me rush when I am slow…
Steering at her,
Feels like watching my favourite show…
For a matter of fact,
She is my favourite show…
I do not call her like they do
They call her…
Sweet lom’khuhlane
Some call her…
Seponono sa dikoti marameng
Mmago ditshaba, moferehla moikutlo.
Ke ra yena mma kgosi wa bokone
Bophirima legaeng la maswi le mamapo
A dinosi
The mother of all heavens on earth
But I call her Buhle
May 31, 2017
May 31, 2017 at 2:33 AM UTC
Ngelizwi lakhe ndiyonela
Ngoncumo lwakhe ndiyoneliseka
Ukuhleka kwakhe kuyafudumeza
Ubuqu bakhe benza ndifune ukusondela
Ubukho bakhe benza uvalo
Ngalolonke ixesha unexesha lokusabela
NguMonde lowo
Isandla sakhe asikude ukunceda
BubuNtu obo
Igama lakhe yayifanele nguThando
Leyo isentliziyweni
Engqondweni ungamazi ngobulumko
Leyo isebuchotsheni
Ndithetha ngaye, andithethi naye
Ngokuthetha ngaye bubuncwane
Yena uyazazela, uyazingca
Noba uyamazi, ngesidima
Noba awumazi, ngesithozela
Ubuhle bukaMdali
Ubuhle beNdalo
Ubuhle ngaphakathi nangaphandle
Ubuhle njengesibhakabhaka nolwandle
Igamalakhe yayifanele nguNobuhle
Ndisathetha ngaye
Ngoba umntu akanconywa esiva
Feb 28, 2021
Feb 28, 2021 at 2:08 PM UTC
Umuntu akalahlwa......
uyazilahla yena
azifake kwi
pickitup.
aphelele kwama thikithwane
nezibi, nodoti kanye nezinja
namagudwane afile.
Umuntu uyalahlwa
uma ebheda
Jul 22, 2022
Jul 22, 2022 at 2:30 AM UTC