Hello Poetry
Submit your work and get some sparkles! Create free account
Ngalala nendoda engaligqokile ijazi, ukuze ngikwazi UKUMITHA izidingo zami. Namanje ngisawenza umkhuba. Umkhuba omubi wokungalaleli uma bengishumayeza Mabeshumayela izwi liyawushisa unembeza kodwa mina njengeRadio Station ehlihlizayo angnandaba coz to-Night e Durban ngiyozidansela iShumaya. Ngicela utshele umfundisi wakho Angangithandazeli. Njengo R50, Mina ngibomvu. Ngibomvu izono. Nginesono Sokuba Isoni. Ngicela NingangiThandazeli. A car accident, ingozi yemoto. Shuthike bobalili BABELULA ngoba AKUSINDANGA muntu. Njengelanga liyozilahla kunina Bashona. Njengokuphihlika kwe Glass, Bafa. I want you to understand this, njengentombazane efake uBra, Babhodile. Ngicela NingangiThandazeli. I had a fight with the school, Sangihlula isikole. Then The Church had a fight with me, Wahluleka Umthandazo. You tell me uNkulunkulu uyaphila? Pho mayephila akazizeli ngani Yena, wena (are you well) Uyaphi LA? Noma ucwecwa amazambane uya PEELER? Lento ayenzi sense like leaving your wife for a side chick. Tshela umfundisi wakho engangithandazeli. NjengeDimoni, Angiwufuni Umthandazo. Ngathi nguMatshidiso angfuni Nomthandazo. Ngicela NingangiThandazeli. Njengo R50, Mina ngibomvu. Ngibomvu izono. Nginesono Sokuba Isoni. Ngicela NingangiThandazeli. Ukushona kwabazali bami kwaba isqalekiso kimi Ngalala nendoda engaligqokile ijazi, ukuze ngikwazi UKUMITHA izidingo zami. Namanje ngisawenza umkhuba. Umkhuba omubi wokungalaleli uma mengishumayezwa, Kode Ngicela Ningangithandazeli. Ningangicabangeli nginengqondo yami. Ningangisukeli nginezinyawo zami. Ngicela ningangithandi nginenhliziyo yami. Nibaleke, ngoba anginayo icalculator. NingangiZondi, ngiyazithulela angisiye UNONDABA. Ngicela Ningangithandazeli. NgiyiNtandane ngizohlala kulesi Sibaya Sikababa Nginibuke eSikhaleni sezinti, Nginakhele icebo likaZungu Ngokunga Qondi kwami lelizwe enithi liyaThandeka, Ngizoba uMelusi wamaBhubesi vele aningiZweli noma Nginesiphiwo eSihle nithi Ngi Bhekifa, ningenza I shepherd ka Sathane nithi Ngi Lusifa (Lucifer). Ngicela Ningangithandazeli.
0
Aug 14, 2015
Aug 14, 2015 at 8:29 PM UTC
Ngicela Ningang'thandazeli

Written by
Aug 14, 2015
Aug 14, 2015 at 8:29 PM UTC
Request permission to use this poem